Sthandwa Sam’ – Lungelo Gasa

ULungelo Gasa insizwa eyigagu laseMagabheni eNingizimi yeTheku. Yize isancane le nsizwa ngokweminyaka, sekucacile ukuthi ibusiseke ngethalente lobuciko bokucula. La kule-video engezansi ucula amagama alula othando athi nje: Nhliziyo yami eyakho Baby Ungangishiyi Sithandwa Sami Article overview Lungelo Gasa is a talented young man from Magabheni, a township situated on the south of Durban. In the … Read more

Cha-cha in the hood

Into enhle ngobuciko ukuthi iphiwa noma ubani. Kulevidiyo sibona abantwana abancane basendaweni yaseMagabheni, eNingizimu yeTheku. Laba bantwana abawudansa kahle kangaka lo mdanso we cha-cha bafundiswa uSisi uDoris wasendaweni yakhona eMagabheni, ofundisa mahhala. Ngenkathi simbuza ukuthi yini ndaba esebenzisa isikhathi sakhe enikela ngethalente lakhe, uSis Doris wasitshela ukuthi: “Size lapha emhlabeni ukuzokwenza umehluko. Anginakho okuningi kepha … Read more