Ukumbathiswa Komuntu Ongasekho
Ukumbathisa umuntu ongasekho emndenini uma kwenziwa umembeso kuwumkhuba owenziwa imindeni eminingi. Uma ngabe kuzo kwenziwa umembeso ungabe kumbeswa abakamakoti noma abakamkhwenyana. Kodwa kuvamise ukuthi kuqale abakamakoti. Umakoti uvamise ukuthi akhulume nomkhwenyana wakhe ukuthi akahlangane nomndeni wakhe khona ezokwazi ukuthi yiziphi izipho ezidingwa umndeni. Kuyabhalwa phansi ephepheni ukuthi bangaki abantu okudingeka ukuthi bambathiswe. Nabashonayo kubalulekile ukuthi … Read more