Indlela Yokwakha Isigubhu

Isigubhu siyimfijoli esetshenziswa ukwenza umculo othile noma ilekelele abaculayo. Isigubhu sisetshenziswa izangoma, abantu abasina ingoma, iZiyoni kanye namaNazaretha. Isigubhu ke siwuhlobo lwemfijoli yesintu ngoba uma sakhiwa kusetshenziswa isikhumba sesilwane ikakhulukazi isikhumba senkomo. Umnumzane Maphumulo ongumfundisi ethempelini okuthiwa iseMpumelelweni endaweni yaseFolweni waqala ukwakha izigubhu ngo-1982. ukuqala kwakhe ukwakha izigubhu wayekade esiza uMnumzane Dlamini okunguyena owayezakha izigubhu. … Read more

Imisebenzi eyehlukene yobuhlalu

Ukwenza umsebenzi wezandla isikhathi esiningi isiphiwo umuntu asuke esiphiwe uMdali kodwa abanye sebayakwazi ukuya ezindaweni zokuqeqeshwa bafunde. Ukusebenza ubuhlalu ungomunye wemisebenzi yezandla. Ubuhlalu izinhhlamvana ezincane ezinembobo ephumele ngale, lezimhlamvana zinemibala enhlobonhlobo ukuzihlanganisa usebenzisa intambo kanye nenaliti, ukuba zikhiphe leyonto ewubuciko esuke icatshangwe umakhi walobobuhlalu. Ziningi izinto ezakhiwa ngobuhlalu, njengezigege, izinkehli, amadavadi, izipeletu, imifece, amabhande, othayi, … Read more

Time for Jabulisa 2010

Planning and implementation of one of the country’s most significant art exhibitions, Jabulisa 2010, is underway.

Jabulisa, which previously took place in 1996, 2000 and 2006, is a  touring exhibition that showcases the art and craft of KwaZulu-Natal,  and is a project of the Natal Arts Trust. This is an independent body with meaningful ties to the five art museums of the province, and the majority of the Natal Arts Trust board are curators of these art museums.

Read more