Umlando Nezithakazelo ZakwaMakhanya

Izithakazelo Gumede! Wena kaMalandela kaLuzumane, Phakathwayo kaKhondlo kaMncinci! Osidlabehlezi kaPhakathwayo, Abathi bedl’ umuntu bemyenga ngendaba, Bethi dluya kubeyethwe umakoti ubeyethe kabukhuni, Wena owabuza untaba ngabomu wathi ntabani leya, Sisho wena waseMthandeni ezweni loju nezinyosi, Mnguni kaYeyeye, Wena kaNjakaba kaSophana. Nanku umlando wabo Umlando wakwaMakhanya unemvelaphi esuka oKhuzwayo kanti mude umlando wabo. Ngesikhathi abantu bakwaQwabe bephuma … Read more

An interview with Ronnie Govender

Excerpts from a personal interview with Ronnie Govender, playwright and writer, born in Cato Manor as recorded by Madoda Ncayiyana from Cato Manor on 18 March 2002. Contents History Trade Unions Racial Tension Culture Social Conditions Demolition and Relocation Family Recollections A New Community Spirit History Govender remembers: “I have many wonderful memories of Cato Manor despite … Read more

Izithakazelo zakwaMsane nomlando wabo

Izithakazelo: Msane! Majoka! Mthantathwa! Nxaba kaMbhekane owabhekana nokuhlupheka, Mgobhozi owehl’ entabeni, Vangise! Nonjonjo! Madl’ uvalo lwengonyam’ abanye bedl’ olwenkomo, Lombo kaLokothayo ongalokothwa, Delela, Mvune owavuna kuqala abanye bengakavuni, Joka lensimbi elingaphuki abanye bebophela ngawokhuni, Mtimande, Mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi! Umlando Abantu bakwaMsane batholakala ezindaweni eziningi kuleli lakithi eMzansi. Isizwe sakwaMsane sinomlando ojulile kaZulu kusuka … Read more

Izinkolelo zesintu ngokuvezwa ngamadlozi ekhaya

Amadlozi abantu abangasekho emhlabeni bomndeni othile. Kunenkolelo yokuthi noma bengasekho emhlabeni kodwa bayakwazi ukubheka umndeni bawuvikele noma bawuvezele izinkinga ezikhona ekhaya. Kuningi okufihlwa ngabantu abasaphila emhlabeni ngoba bengabonwanga ngabanye bekwenza kodwa amadlozi awafihleleki lutho futhi ayakwazi ukuziveza lezimfihlo. Lapha sibheka izimfihlo ezivezwa ngamadlozi ngokwenzeka kwezinto ezithile ekhaya. Okubi ngezinto ezifihliwe uma sezivela kuba yihlazo ngoba … Read more

Izindlela zokuphila zabantu

Ezikhathini zakudala kungakabikho amawashi okubheka izikhathi, amakhalenda njalonjalo abantu izikhathi babezichaza ngezigameko ezazenzeka. Njengokuzalwa komuntu, ukudlula emhlabeni komuntu noma kwelunga lomndeni noma ukushada kwelunga lomndeni. Lezozigameko ezazenzeka kwakungaba ngezendawo noma ezenzeka ezweni noma emhlabeni wonke kuye ngokuthi yisigameko esaduma yini isibonelo umuntu aveze ukuthi ingane yakhe wayithola ngesikhathi kunesomiso unyaka wonke noma ngayithola ngempi kaShaka … Read more

Izithakazelo Nomlando WakwaZondi

Izithakazelo Zondi! Nondaba Gagashe! Luqa! Tetane! Lusibalikhulu! Nhlabisile kaGinindza kaNjapha KaNomaphindela kaNokhuva kaNdokoshe kaSidukuduku! Gasa ngokugasela izizwe Jangeni kaBhambatha kaMancinza Maguduzela owaguduzel’ izihosha nezihosha! Mabonw’ abulawe njengenyamazane! Mpunyumpunyu bemphethe Dudul’l amaBhunu Shibase! Umlando wabo Abantu bakwaZondi badabuka eSwazini kwisizwe sikaMmbo. LoZondi indodana kaLusibalukhulu yakhona kwaDlamini, yazala uNhlabintshiseko lona owagcina esenguZondi. UNhlabintshiseko kuthiwa waxabana nodadewabo, owabe … Read more