Usuku Lwenkululeko: Halala Ningizimu Afrika!

Ngomhlaka 27 ku-April 2018, iNingizimu Afrika izobe igubha iminyaka engu-24 yokhetho lohulumeni wentando yeningi. Yize izinguquko ezazithenjiswe abantu zingakafinyeleli kubona bonke bakuleli, kuyiqiniso elingephikiswe ukuthi isimo sokuhlala sesithuthukile kubantu abaningi, ikakhulukazi abamnyama. Kulawo mazwi, kubalulekile ukusho izinkomba zithi isayinde indlela futhi usamuningi umsebenzi okumele wenziwe ukuze kufezwe leNingizimu Afrika efiswa abaningi. Kwizingqinamba lezwe elibhekene nazo … Read more