Imisebenzi yasekhaya II

Sisekuyo njalo indaba yokukwehlukaniswa kwemisebenzi yasekhaya ngobulili, ekhasini lokuqala sibhunge ngemisebenzi yamadoda namakhosikazi, lana ke sithi qaphu ngemisebenzi yabafana nama ntombazane ngoba phela asikhethi iphela emasini. Umsebenzi omkhulu wamantombazane ukupheka ekhaya, ukuze kuphekwe ke kudingeka amanzi kanye nezinkuni zokubasa exhibeni. Amanzi lawa akhiwa emthonjeni, esiphethweni kanye nasemifuleni ngezimbiza zokukha amanzi. Bekuwumgomo ke ukuthi intombazane ivuke … Read more

Imisebenzi yasekhaya

Imisebenzi yasekhaya ihlukene ngokobulili, kukhona imisebenzi eyenziwa abesilisa kanye nabesimame ekhaya. Kuphinde kube khona eyenziwa abantwana kanye nabantu abadala, kodwa ke okuqaphelekisayo ukuthi kuthina sizwe samaZulu ukuhlukana kwalemisebenzi kwakwehluke kakhulu kunezinye izinhlanga njengoba kuthina kuhambelana nenkolo yethu yesintu. Eminye imisebenzi yasekhaya kwakukhuzwa ibhadi uma yenziwe umuntu wesilisa kanye neminye uma yenziwa ngowesifazane ngoba kukholelwa ukuthi … Read more