UWinnie Mahlangu
UWinnie Busisiwe Mahlangu owayengumsakazi wazalelwa e-Witbank ngo-1932. Ngenkathi abesifazane babecwaswa ngenxa yobulili babo kwa-SABC, babenikezwa imisebenzi yesikhashana kuphela. UWinnie waba ngowesifazane wokuqala ukuqashwa ngokuphelele yi-SABC kwi-Radio Bantu ngo-1962. UK. UMasinga ngokuthi ‘uMafungwase njengoba kwakunguye kuphela umuntu wesifazane phakathi kwamadoda. Ubesebenza ezinhlelweni zabesifazane futhi wahamba ibanga elikhulu. Njenge Sazi sezilimi u-Winnie Mahlangu wathola ithalente elicebile likaTheta … Read more