Izinkolelo ngezinsumpa (Beliefs about warts)

Insumpa into ezimilelayo kumuntu kuba saqhubu. Zihlukene kathathu kukhona emnyama, empunga kanye nefana nebala lomuntu. Contents 1 Insumpa empunga 2 Insumpa emnyama 3 Insumpa efana nebala lakho 4 English summary Insumpa empunga nsumpa empunga kuthiwa iyakumila isuke ibika ukuthi uzothola abantwana babafana, ingavela noma ikuphi emzimbeni. Lensumpa iyakwazi ukuthi uyisuse emzimbeni ngokusebenzisa uluthi lomshanelo wotshani noma ingongoni uma … Read more

Izinkolelo ngesihlahla somphikeleli

Isihlahla esaziwa ngokuthi umphikeleli sinemisebenzi nezimanga eziningi esizenzayo. Lesihlahla sikhula kungathi yimbali. Ukukhula kwaso sikhula sibe yimbali enhle evulekile sibenamaqabunga amakhulu amade. Kuthiwa siyisihlahla esishayo uma kunento embi ekhaya sibuye siziqhakazele ngesikhathi saso. Kulabo abasaziyo kuthiwa bayakwazi ukusibona uma sibika okuthile ekhaya. Esikoleni sasOhlange kuthiwa singezinye sezihlahla ezitshaliwe ngokusho kukaMnumzane Radebe uma kukhona okuzovela esikoleni … Read more