Ukugida e-Gospel

INingizimu Afrika iyilizwe eligcwele abantu abahlukahlukene ngezinkolelo nangokwenza. Lokhu kuyinto abanye abayithakaselayo ngoba kwandisa amathuba okukhetha kubantu lokho okusuke kuhambisana nabo, nomuntu ngamunye. Lokhu kubonakala kahle ebuningini bamasonto nezindawo zokukhonzela. Okwehluka ekwenzeni kwamasonto obuKrestu into ekungebukhuni ukuyibona yize izintshumeyelo nolokho okugquqguzelwayo kucishe kufane. Ubuningi bamasonto benza abantu bakwazi ukukhetha lelo iminjunju yabo. Sifake nansi i-video … Read more

Indumiso

Kule-video engezansi sithola intokazi yaseMkhomazi idumisa ngamahubo aziwa kakhulu emasontweni aseNingizimu Afrika. Amahubo ewaculayo: Uyanaka uJesu Lapho ngiphela amandla x2 (Leli ihubo laduma kakhulu ngomculi weGospel, u-Andile Mbili)     Ngithanda ukuqala la, Ngibongi igama Lakhe Zincane izibongo zami, Wangithenga ngegazi Lapho ngalena lukhul’ udumo Lwakhe (Leli ihubo elidala elijwayekile emasontweni amaningi aseNingizimu Afrika) Video … Read more