Ukunyathela Uselwa

Miningi imikhosi yesintu yesiZulu ebigujwa neminye esabungazwa kumanje, okungabalwa kuyo umkhosi wakomkhulu obizwa ngoMkhosi woMhlanga,¬†kube uNomkhubulwane¬†kanye neminye eminingi. Lomkhosi omkhulu wabe ugujwa iminyaka yonke ekungeneni kwekwindla ngenyanga kaMasingana. Lo mkhosi usho ukuqala ukudla ukudla okusha. Bekunomthetho wokuthi inkosi kuqala emaya ukudla okusha nalapho ibingaveli yenze nje, kodwa bekunomgudo olandelwayo. Inkosi ibingakudli nhlobo lokudla kuze kufike … Read more