Inkosi eyayithanda Izinganekwane
Kwasukasukela! Cosu! Emandulo lapho wawusancinza itshe likhale igazi, kwakukhona inkosi ethize, lenkosi yayizithanda izinganekwane kakhulu. Yayicela abantu besizwe sayo ukuba bayixoxele izinganekwane. Abantu babejwayele ukuyixoxela izinganekwane ezimfushane ezaziyishiya inganelisekile. Kuthe ngelinye ilanga yabiza amabutho ayo yathi kuwona ifuna umuntu ozoyixoxela inganekwane ende, lowo oyokwenza njalo izomuganisela ngendodakazi yayo bese imxoshise nangezinkomo. Bonke bazimisela ngokuyixoxa inganekwane … Read more