Akuselona leli kheli – Kusuka ekubeni uNMR Avenue kwaba uMasabalala Yengwa Avenue

UNMR Avenue waqanjwa ngomunye wemikhakha emidala kunayo yonke eNingizimu Afrika, iNatal Mounted Rifles, esesekhona njengamanje ekhombisa ukubalwa kwabantu ngama-21st century eThekwini. Indlunkulu yaseNatal Mounted Rifles isekhoneni lalapho okwakunguNMR Avenue noWalter Gilbert Road. Isakhiwo esihle sesimanjemanje esaziwa ngeNMR House kwake kwaba yisakhiwo sezindiza iStamford Hill. UMasabalala Bonnie Yengwa wazalwa ngo-1923 eduzane naKwa- Maphumulo eNatali. Wathonywa kakhulu … Read more

Akuselona leli kheli – Ukuqanjwa kabusha kwemigwaqo yaseThekwini

Ngasekuqaleni kuka-2007 iningi le-African National Congress kuMasipala weTheku lagunyaza inqubo yokuqanjwa kabusha kwamagama emigwaqweni eyaholela ekuqanjweni kabusha kwemigwaqo evelele engaphezu kwekhulu ngemuva kwabantu abahlukahlukene abalwa nemibuso yamakholoni nobandlululo. Lenqubo yaholela ezingeni elingakaze libonwe lomphakathi kanye nempikiswano. Phakathi kokushintshwa kwamagama okuqala kwakhulu zedolobha nezikhulu zamasosha, amayunithi, izakhiwo nemicimbi, kanye nezakhamizi ezinethonya, eziningi zazo ezabuyela emuva ngawo-1850s. … Read more

No Longer at This Address – From Point Road to Mahatma Ghandi Road

So named because it runs along the the narrow strip of land that borders the harbour, this is not the first time that Point Road has changed its identity. At one time, the whole section of the Point from Smith Street to the mouth of the bay was in the charge of the harbour authorities, … Read more

Akuselona leli kheli- Moses Mabhida Stadium

Kulolu chungechunge lwe-No Longer at This Address (Akuselona leli kheli), sigxila kumagama emigwaqo amasha eThekwini, nakubantu abaqanjwe ngabo ukuhlonipha. Futhi ngenkathi igama likaMoses Mabhida lingewona umgwaqo, inkundla yebhola lezinyawo iyingxenye enkulu ekubalazwe eThekwini (nobulona) esacabanga ukuthi kufanelekile ukubhala ngalo! UMoses Mbheki Mncane Mabhida wazalelwa KwaZulu-Natal, ngaphandle kwaseMgungundlovu, ngomhlaka 14 Okthoba 1923. Ubaba wakhe wayengumgqugquzeli, elibalulekile … Read more

Akuselona leli kheli – kusuka ekubeni iDavenport Road kwaba iHelen Joseph Road

Ngomhlaka 9 Agasti 1956 izinkulungwane zabesifazane bazo zonke izinhlanga bamasha baya e-Union Buildings ePitoli. Inhloso yabo kwakuwukuhambisa uhlu lwezikhalazo kuNdunankulu wangaleso sikhathi, u J.G.¬†Strijdom, ukuphikisana nemithetho yamapasi owawuthi abantu abamnyama base-Afrika ukuthi baphathe uhla lwamadokhumenti, okufaka phakathi isithombe, amarekhodi okuqashwa, ukukhokhwa kwentela kanye namarekhodi obugebengu, okwenza uhulumeni akwazi ukuqhubeka nokuvimba ukuhamba kwabantu abangebona abamhlophe. Bekungekho … Read more

Akuselona leli kheli – Kusuka ekubeni uCowey Road kwaba uProblem Mkhize Road

Njengba kunezinguquko ezweni lonkana sicabanga ukuthi umqondo omuhle ukuthi sibhale ngomlando omncane waseNingizimu Afrika, wakamuva nowedlule. Akubonakali kungenzeka, kodwa cishe eminyakeni eyisikhombisa edlule lapho impi namagama emigwaqo yaseThekwini yaqala. Emizamweni yokwamukela omunye umlando waseNingizimu Afrika owawukhohlakala kaula ngesikhathi sobandlululo, amagama emigwaqo eThekwini amaningi aguqulwa ngo-2007. Izinguquko azizange zithathwe kahle, futhi kwalandela izimpi zenkantolo ezinde nezingxoxo … Read more