Inganekwane: Inkosikazi Nenyanga

Kwesukasukela… Cosu! Kwesukasukela ngenkosikazi, lenkosikazi yabe iyikholwa elingumKrestu. Yayi nomntwana oyedwa osemncane. Kwathi ngolunye usuku ithole ukuthi ayithezanga izinkuni ngoMgqibelo. Pho manje ngoba kuyiSonto nje izokwenzenjani? Lenkosikazi yayiwazi kahle umyalelo wesine othi: “Khumbula usuku lweSabatha ulugcine ulenze lube ngcwele. ungasebenzi ngalo nakanye nje.” Yathi ibona ukuthi hhayi cha izalelwe yinja endlini, ngoba phela ingane yayikhala ubuqanduqandu … Read more

Idolobha lethu umphakathi wethu

UPalesa Mohlakoana uthole umklomelo wophume isibili emncintiswaneni wokubhala emkhakheni wesiZulu obuhlelwe uMtapo wolwazi ngaphansi koMkhandlu weTheku ngo 2008. Indaba yakhe: Selokhu kwasebenza intando yeningi emhlabeni esihlala kuwona izinto zaguquka, itshe lagaya ngomunye umhlathi. Iningi labantu lafuduka ezindaweni eziningi zasemakhaya laya emadolobheni nasemalokishini. Kungakho-ke usubona imikhukhu isigcwele yonke indawo emadolobheni, nase malokishini kungasekho nesikhala sokuphefumula nje. Wonke … Read more