Indaba Yesicathulo – Gumboot Dance

Ziningi izinto abantu baseNingizimu Afrika abangaziqhenya ngazo. ¬†Abantu baseNingizimu Afrika baziwa njengabantu abakwazi ukunqoba futhi bathole izizathu zokuncokola ukuze impilo iqhubeke phambili, yize bebhekene nezingqinamba. Ezinye zezinto abantu baseNingizimu Afrika abangaziqhenya ngazo umdanso obizwa ngokuthiwa ‘isicathulo’, phecelezi i-gumboot dance. Sekuyinto ejwayelekile ukubona abantu beshaye umfaniswano wabasebenzi basezimayini badansa lo mdanso, bedansela izivakashi zakumazwe angaphandle nezakuleli. … Read more