Iphasika Nokwehlukana Ngokwenkolo

Singabantu sikholelwa ezintweni eziningi ezehlukene ikakhulukazi uma kuza kwezenkolo namasiko. INingizimu Afrika yaziwa ngokuba isizwe esamukela noma esizigqanja ngokwehlukana kwmasiko.  Kulesi sinqeshana sibheka kafushane ukuthi lisho ukuthini iphasika kubantu, amaZayoni, amaKrestu kanye namaNazaretha. Iningi labantu esifundazweni KwaZulu Natali singamelwe amazulu kanti iningi lawo elikholelwa emasikweni esintu. Yize izikhathi zishintsha nezindlela zokwenza ziguquka kepha baningi abasadla … Read more

Challenging Perceptions

Albinism is something that is either revered or feared in most societies in the world, with very few accepting people who suffer from albinism as ‘normal’. In South African law, albino people are considered disabled and are thus afforded protection by the Constitution, with their labour rights being protected by the Employment Equity Act. The fact … Read more

Akuselona leli kheli – King Dinuzulu Road

Ngokubuyekaza isibili emagameni emigwaqo amasha aseThekwini , besicabanga  ukubheka umgwaqo odabula enkabeni yedolobha lethu, futhi osingatha umjaho odumile weComrades Marathon obakhona minyaka yonke. Umgwaqo iBerea, manje osekuyiKing Dinuzulu Road, ‘uyisango’ eliya eThekwini, iTollgate Bridge yakha uphawu olukhulu lokwamukela! Njengombono wabantu wokuqala ngeTheku kubukeka kufanelekile ukuthi lo mgwaqo uqanjwe ngegama lenkosi yamaZulu. INkosi uDinuzulu kaCetshwayo (1868 … Read more

Ubuhle bemvunulo

Lenyuke kakhulu izinga kubathungi benqephu yesintu noma imvunulo uma uyiqhathanisa nesikhathi sama-90s nokuqala kwama 2000s. Kule sisiqeshana sibheka izinga ekuthungeni kwemvunulo yesintu yabesifazane. Abathungi benqephu nemvunulo bashaya ngelicokeme esikhathini samanje. Uma usemncibhini wesintu kungaba umshado, umembeso, umhlonyane noma umemulo ufike ubona kahle izinga lobuhle imvunulo esebeyithunga ngakhona. Imvunulo yesintu yinhle ngokuhlalu noma ngabe ubufake kuphi … Read more

Luselude ukhalo nge “Decolonization” yezilimu zabomdabu

Kubukeka sengathi impi engenamkhawulo lena yokulwela ukuthi izilimu zakithi zomdabu zihlonishwe nazo zibekwe kwizinga ezikulona. Ingaphezulu kwamashumi amabili nesikhombisa iminyaka abamnyama kuthiwa bakhululeka eNingizimu Afrika kepha kuncane kakhulu okutshengisa ngampela ukuthi sikhululekile. Kwezomnonto namanje indlu ibulawa inkemane awukho umehluko otheni, ngisho kwizinqumo ezinkulu nezincane abomdabu basele emumva njengezinqa impela. Uma kukhulunywa nangezinto ezithinta amalungelo abantu … Read more

Umshado Wesintu Esikhathini Samanje

Esikhathini esiphila kuso yonke into iyashintsha ukwenza. Izinto ebesizibheka njengamasiko sekunezindlela abantu abazenza ngakhona ukuhambisana nesimanje manje. Kulesi siqeshana sibheka kafushane indlela imishado yesintu esiyenziwa ngakhona. Uma umenywa emshadweni wesintu enye yezinto ezithokozisayo ukubona nokuba ingxenye yesipiliyoni esehlukille. Ngisho ngabe usukewaya komunye umshando wesintu phambilini kepha ngeke uwuthole ufana nozowuhamba esikhathini esilandelayo. Lokhu kungenxa yamasiko … Read more