Ama-Bornfree agubha uJune 16

Sekuphele iminyaka engamashumi amane nambili intsha yaseNingizimu Afrika yaqopha umlando ngendlela eyalwisana ngayo nombuso wobandlululo ngonyaka ka-1976. Kuningi esekulotshiwe ngosuku lukaJune 16 wonyaka ka1976. Kulesiqeshana sikhombisa indlela intsha ezalwe emva kokunyantulwa kweNingizimu Afrika emagomagomeni ombuso wobandlululo egubha ngayo lolu suku nomlando wezwe. Ngaphansi sikhombisa abafundi abayingxenye yalentsha ebizwa ngama-bornfree, baseSidelile High School eMagebheni, eNingizimu yeTheku. … Read more

Youth Day 2015

The 16th June 1976 is a day forever etched in the memory of South Africans. Even for those not yet born, the 16th June represents the horror of Apartheid, a day on which hundreds of people, many of whom were children, gave their lives in the fight for equal education. In a protest against the Afrikaans Medium Decree of 1974, … Read more