Ungubani uShaka Zulu?
UShaka kwakuyindodana yakwa Zulu ezalwa Yinkosi USenzangakhona benenkosazane yasebukhosini eLangeni. Usuku lwakhe lokuzalwa alwaziwa kahle ngenxa yokithi indaba yokubalwa kwemnyaka ngezikhathi zamzukwane kwakungasiyo into ebalulekile kakhulu. Iminyaka yayi yamaniswa nezigameko noma izenzeko ezisemqoka zangalezo zilhathi lezo. Ushaka waba yinkosi yama Zulu ngaphambi kokukhothama kuka Baba wakhe uSenza ngakhona. Igama elithi Shaka lisuselwa egameni elithi “iTshaka”. … Read more