Umemulo ka Sizile Ngubane

NgokwesiZulu, ukukhula kumuntu kuhamba ngezigaba zakho. Lezi zigaba zihambisana nemicimbi ethile eyenziwayo, okubalwa kuyo umkhehlo kanye nomemulo kwabesimame. Ngokwesintu, intombazane ayigcagci ingakaze yemuliswe noma ikhehle, okuyizigaba zokukhulisa intombazane kanye nokuyincoma ngokuziphatha kahle. Kuleli khasi, sikhombisa ngama-video umemulo ka Sizile Ngubane, obemuliswa uMzwendoda Nene. Lomemulo ubuseNgilanyoni eMid-Illovo. Lezithombe mdlalo zikhombisa ngokusobala abantu behlobe beconsa ngemvunulo yesintu, … Read more