Ukwakhela Isizukulwane Esilandelayo Umhlaba Ongcono Umsebenzi Wethu
Owaba ngumengameli wokuqala owakhethwa ngentando yeningi eNingizimu Afrika, uNelson Mandela, wake washo amazwi aphusile wathi: “Akekho umuntu ozalwa nenzondo yomunye umuntu ngenxa yobuhlanga, imvelaphi noma inkolelo. Inzondo into abantu abafundiswa yona, kanjalo nangothando bangafundiswa ngoba uthando lungena kalula enhliziyweni kunenzondo.” Lesithombe esingenhla siveza izingane ezingamantombazanyana amabili, enye ngeyomlungu kanti enye eyomuntu omnyama. Lezi zingane zibukeka … Read more