Ukwazi Izikhathi – Usuku

Sike sathi qephu kulengosi yethu ngendaba yezinyanga nanokuthi zaziqanjwa kanjani, kulelikhasi ke sesibheka indaba yesikhathi njengoba esimanjeni sekusetshenziswa izigcina sikhathi, amawashi ngolimu lamangisi. Kulelikhasi sibhunga ngendaba yezikhathi nanokuthi emandulo babazi kanjani ukuthi sekuyisikhathi sini. Sizoqala ngehola leshumi nambili, ngokwesintu sibizwa ngokuthi phakathi namabili. Abadala babebona ngokuphakama kwenkanyezi enkulu ebizwa ngendonsa, indonsa busuku phecelezi. Besekuthi entathakusa … Read more

Ukwazi Izikhathi – Izinyanga

Imvelo! Njengoba ebengekho amawashi (watches) emandulo kwaZulu, ukwazi imvelo ikona obekusiza ukwazi isikhathi, lokhu kufaka ukwazi izinsuku ngesintu, izinyanga kanye nemibala.  Ukwazi imvelo lokhu belu bekusetshenziswa kakhulu ukwazi izikhathi zonyaka ngokwesintu (calendars). Unyaka lona wehlukaniswa izigamu ezine ezibizwa kanje: intwasahlobo, ihlobo, ikwindla kanye nobusika. Lokhu bekwaziwa ngokuqaphela izithelo ezithile ezimila ngesikhathi esithile kanye nemifino. Okunye … Read more