Ukwazi Izikhathi – Izinyanga

Imvelo! Njengoba ebengekho amawashi (watches) emandulo kwaZulu, ukwazi imvelo ikona obekusiza ukwazi isikhathi, lokhu kufaka ukwazi izinsuku ngesintu, izinyanga kanye nemibala. ¬†Ukwazi imvelo lokhu belu bekusetshenziswa kakhulu ukwazi izikhathi zonyaka ngokwesintu (calendars). Unyaka lona wehlukaniswa izigamu ezine ezibizwa kanje: intwasahlobo, ihlobo, ikwindla kanye nobusika. Lokhu bekwaziwa ngokuqaphela izithelo ezithile ezimila ngesikhathi esithile kanye nemifino. Okunye … Read more