Umlando wesizwe saseMbo

Isingeniso Izwekazi laseAfrika lihlala abantu abehlukene, kungaba ngebala noma ngolimi abalukhulumayo nangenqubo yempilo yabo. Kulabantu kukhona ababizwa ngama’hamites’ nama ‘shemites’ kanye nabantu.¬†Izizwe zihlukene ngezigaba. Kukhona okuthiwa abeNguni ngenxa yolimi abalukhulumayo. Enzalweni yamaNguni kukhona azibiza ngokuthi bangamaNguni angamaDebe, amaNguni angamalala kanye namaNguni angabaMbo ekuyibo esikhuluma ngabo lapha. Batholakala eNingizimu Afrika, esifundazweni sakwaZulu-Natali bazibiza ngokuthi bangabaMbo, abantu … Read more