Tag Archives | amantshontsho

Amantshontsho (2018)

Inyanga kaZibandlela yinyanga la khona amaciko amaningi omculo wesintu esuke ededela umsebenzi wawo asuke kade ewupheka ewuthulula enzela abalandela abasuke belangalele ngendlela ukuzwa ukudla kwendlebe okuphekwe amaqhawe azo. Kahle kahle nje lenyanya yinyanga la khona thina balandeli bomculo sisuke sidla sinconcosa njengoba kusuke kukhona nemcimbi ethile yesintu, imigubho kanye ke nemidlalo yesintu esahlukahlukene. Lo Zibandlela […]

Continue Reading