Challenging Perceptions

Albinism is something that is either revered or feared in most societies in the world, with very few accepting people who suffer from albinism as ‘normal’. In South African law, albino people are considered disabled and are thus afforded protection by the Constitution, with their labour rights being protected by the Employment Equity Act. The fact … Read more

Yekani ukubulala abantu abane-Albinism!

Imibiko yamaphephandaba ithi cishe sebengamakhulu amabili abantu abane-Albinism asebebulewe ngesihluku kufunwa inyama nezitho zabo zomzimba kuleminyaka eyishumi eyedlule emazweni aseningizimu yezwekazi i-Africa. Ngeshwa kunabantu abasonomkhuba omubi, onyanyisayo, onyantulisa igazi. Ngikhuluma ngamanyala okubulala abantu abane-Albinism ngenxa yokukholelwa ukuthi inyama yabo inenhlanhla. Abanye baphinde bakholelwe ukuthi bangalapheka esifweni sengculaza uma belala ngokocansi nomuntu one-Albinism. Sekukaningana kuqinisekiswa ukuthi … Read more