Ugubhu lwaseBurundi eThekwini
Ukusuka kwabantu emazweni abo bexoshwa izingqinamba zamazwe abo baye kwamanye ngoba befuna impilo engcono into ekade yaqala, indala cishe kunawo wonke umuntu ophila kulesikhathi samanje. Impela kubukeka sengathi ngeke futhi kuphele uma kusekhona amazwe angenabo ubulungiswa futhi abantu bakhona bengenawo amathuba. Kuke kwenzeke-ke ukuthi abantu uma bethutha ezweni labo, beya kwelinye bakwenze ngobuningi ezweni noma … Read more