Indlela yokwenza usamoosa

USamoosa ukudla okudumile okuthandwa ngamaNdiya, izizukulwane ngezizukulwane. Uhlanganisa uflawa kanye nesishebo osithandayo. Senziwa ngezikhathi zemicimbi noma zemithandazo ethile noma emishadweni. Nangesikhathi sikaDiwali kuyenziwa lokudlula. Uyatholakala nasezindaweni zokudayisa ezahlukene zaMaNdiya. Lokudla kulula ukukwenza futhi kwakunika amandla aMaNdiya ayesebenza emasimini ngezikhathi zakudala. USamoosa owejwayelekile owenyama egayiwe yenkomo, owethini likafishi noma amazambane. Izinto zokwenza owenkukhu U-500g wenkukhu egayiwe … Read more