Ukuhlawula emadolobheni

Ukuhamba ukubona, kubantu abakhulele ezindaweni zasemakhaya kuyamangaza abakubona emadolobheni. Emalobheni vele asiphilwa isintu ngoba indawo yokusebenzela nokuzama impilo kodwa ke okuningi okuthinta okwesintu osekushaywa indiva ngampela. Kulokho nje singabala indaba yokugezwa komuzi wendoda uma kukhona owonile, ukuhlawula. Uma ibhungu lone umuzi womnumzane ngokwesintu umuzi uyagezwa. Ukuhlawula ke kuhluka ngezigodi ngoba kwezinye izindawo kuba inkomo ephelezelwa … Read more