Isiko lokucima
Le ndatshana siyishicilelwe ngu-Phumla Msani waseMagabheni, eNingizimu yeTheku. Yahlelwa nguMike Msani noNkosikhona Duma. Isiko lokucimela lenziwela intombazane esike isilotsholiwe. Ukucimela kusho ukuyocela izipho komalume ngoba intokazi isuke isizohamba iye kogana. Intombazane icimela koninamalume. Uma intombazane iya kocimela, iye ihambe nempelesi okuyiyona ezoyikhulumela kubo koninalume. Umalume ohlinzayo uyaye enze isiqiniseko sokuthi intombazane iyalala ukuze ayihlabele imbuzi. Kuvame ukuthi … Read more