Umlando weMagazine Barracks eThekwini
Ukufika kwamaNdiya eThekwini kuholele ekutheni abantu bahlale endaweni eseduze nezindawo abaqashwe kuzo. I-Magazine Barracks yayingenye yendawo eyayisetshenziswa yilezi zisebenzi iminyaka engaphezu kuka-80. Lendawo ihlanganisa umhlaba osesisetshenziswa yisiteshi samaphoyisa iDurban Central, inkantolo kanye nethempeli likaSomtseu Road. Itholakala ku-Argyle Road, Umgeni Road, Stanger Street kanye noBrickhill Road. IBarracks yasungulwa ngonyaka ka-1880, lapho ithimba labasebenzi baseNdiya ababeqashwe ngumkhandlu … Read more