Izinyoni
Thina sisizwe sika Phunga noMageba kakade sihlonipha izilwane futhi sikuqonda ukubaluleka kwazo. Njengoba bekuhlotshwa ngezikhumba zezilwane ezithile kusuka phansi kwimbadada kuye phezulu ekhanda kwimiqhele efakwa uma kuhlotshiwe. Ingakho ngikubone kubalulekile ukudlula kancane nje kwindaba yezinyoni ngokuhluka kwazo kanye ke nomsebenzi owenziwa amaqubu noma izimpaphe zazo uma kuvunulwe. Kanti ke, izinyoni akugcini ngokusetshenziswa izimpaphe zazo uma … Read more