I-Durban City Hall izolungiswa kabusha

I-Durban City Hall isakhiwo esidala ethekwini, saqeda ukwakhiwa ngo-1910. Lesi sakhiwo sadwetshwa (designed) isazi sokwakha (architect) uStanley Hudson ngonyaka ka-1903 esisusela kumfanekiso weBelfast City Hall eyaphuthulwa ngo-1906 eNorthern Ireland. Isakhiwo esiyigugu eThekwini iCity Hall kulindeleke ukuba silungiswe kabusha ngemuva kweminyaka ewu-110 sabakhona. Lesi sakhiwo sidlala indawo ebalulekile yokuphathwa kwedolobha iTheku, siphinde sibe yindawo yehhovisi leMeya … Read more

I-Durban City Hall: Ibhilidi elinomlando onothile (source: Amandla Durban)

source: Amandla Durban Ukwakhiwa kwalesi sakhiwo kwaphothukwa cishe eminyakeni eyikhulu edlule futhi ngenxa yalokhu ukube siwumuntu ngabe siwufakazi oqanda ikhanda wawo wonke umlando weTheku nowezwe lonke, njengoba iNingizimu Afrika iqale ngokuba ngamakoloni amane aseBhrithani yadlulela ekubeni yiNingizimu Afrika eBumbeno (Union of South Africa) kwaze kwafika lesi sikhathi lapho isiyiRiphabhlikhi yaseNingizimu Afrika. Belikhona leli hholo izwe … Read more