Asizicabangele kabusha izindawo zasemakhaya

Umnotho wezokuvakasha ujwayele ukuqhakambiswa njengendima yezomnotho ekumele ibhekwe ngamehlo okhozi ngoba inokudala amathuba amaningi omsebenzi, kodwa namhlanje ngithi asike sibheke nezindawo zasemakhaya. Ezinye izindawo zasemakhaya ziqukethe umhlaba omuhle ongakamoshwa ukungcola izimboni zokukhiqiza noma amabhilidi agugile. Abantu abaningi bakhona basawalandela amasiko akwantu anjengenhlonipho, kanti nehlazo yinto esasatshwa. Nansi inselelo: Asike sibheke lezi zindawo, sijule ngemiqondo, sicabange … Read more