UDokotela Dube namaKholwa

Baningi abantu baseThekwini asebeke bahlala odongeni olwakhiwe ngamatshe amancane uma ugudla iAddington Beach kodwa bengazi ngomlando walo. Loludonga lwakhiwa iziboshwa zaMaZulu ngesikhathi seMpi KaBhambatha yango 1906. Lempi eyayiphakathi kwaMaZulu nohulumeni waseNatal ekuqaleni kweminyaka yawo 1900 yayingumphumela wokufika kwabelungu bezohlala ezindaweni zabantu abamnyama, nemithetho yentela eyayikhokhwa imizi eyaholela ekutheni amadoda ashiye imizi yawo ayofuna imisebenzi ukuze … Read more

Dr John Dube and the amaKholwa

Many a Durbanite would have sat on the small stone wall that runs along the promenade on Addington Beach, completely unaware of its historical significance. The wall was built by Zulu prisoners captured during the Bambatha Rebellion that took place in 1906. The war that broke out between Zulu speakers and the Natal government in the early 1900s … Read more