UCaroline Smart

UCaroline Smart ungumhleli we-artSMart, ubesebenza iminyaka engu-30 emkhakheni wezobuciko eThekwini. Ungumsakazi onamava, umbhali wephephandaba futhi ungumethuli nomethuli wezinhlelo zethelevishini. Ngomsebenzi wakhe kwabezindaba, wakhe inethiwekhi eqinile nehlaba umxhwele. Wawina izindondo zokuba,ngumlingisi , ukwethula izinlhelo kuthelevishini, umsakazo nomlingisi wamafilimu futhi ubambe iqhaza cishe kuzo zonke izici zobuciko bokwenza kusukela ekubhalweni kwezikripthi, ekuqondisweni kwedrama esiteji nasemsakazweni, nanjengomculi nomqeqeshi … Read more