Black Excellence: Bhekani Thabede

Akujwayelekile ukuthi umuntu anconywe esaphila emhlabeni, sekujwayekele kukuthi umuntu sizwe ngobuhle kanye namagalelo akhe uma sekufundwa umlando kamufi emgcwabeni wakhe. Kungaba umkhuba omuhle ukuthi abantu abangamaqhawe sibachome uphaphe legwalagwala besadla anhlamvana, sibatuse ngokwenza kahle kwabo. Iqenisweni nje akekho umuntu ongakuthakaseli ukunconywa nokuthi kubongwe ngokuhle akwenzela umphakathi. Baningi abantu abasebenzisa isikhathi, amandla kanye nolwazi abanalo ukuthuthukisa … Read more