Ukuhlola eMakethe

Ukukha amakhambi noma imithi yokwelapha kunzima futhi akusiwona umsebenzi kanoma ubani. Ingakho ke nawo engatholwa yonke indawo, amakhambi enezindawo lapho adayiswa khona. Okunye ke amanye amakhambi atholakala ehlanzeni kuphela awatholakali enkangala, amanye wona atholakala entshonalanga kuphela kepha lutho empumalanga. Lokhu ikhona okwenza amadolobha amaningi, amakhulu ezifundeni ezahlukene abenezindawo lapho okuthengisa khona amakhambi esintu. Lapho othola … Read more