Isicathamiya: Sebehlasele Umoya Wami

Sesike sabhala kaningani ngohlobo lobuciko ekuthiwa isicathamiya. Isicathamiya saduma kakhulu ngeqembu lo mculo elidume umhlaba wonke, iLadysmith Black Mambazo. Yize abanye bangaze basole sengathi loluhlobo lo mculo luthandwa abantu abadala kuphela, yiningi intsha ewuthandayo lo mculo.

Lapha ngezansi sishicilele amaciko aholwa yintombi yakwaMacingwane, uZoliswa Mchunu.

Amaciko lawa ahuba ingoma ethi: “Sebehlasele Umoya Wami”.

Le ngoma ikhuluma ngomuntu ohlukumezekile, waphazamiseka emoyeni wakhe, manje usebika kuMdali ukuthi kuhle makuyintando yakhe.

Article Overview

This article contains a video depicting a performance of a song titled: ‘Sebehlasele Umoya Wami’ in the isicathamiya genre (which was largely popularised by the world-renowned Ladysmith Black Mambazo).

The lyrics of the song are as follows:

Sebehlasele umoya wami (My soul is being attacked)

Uhlenge umoya wami (Lord, protect my soul)

The song is about a man who is facing various trials and feels that he is the victim of evil beings in his vicinity. The man pleads with the Almighty to protect his soul from the attackers.

Leave a Comment