uAhmed Kathrada (21 August 1929-28 March 2017)

Namuhla, iNingizimu Afrika izilele ukudlula emhlabeni kwesishoshovu sepolitiki, neqhawe lomzabalazo, uAhmed Mohamed Kathrada. Ngesikhathi ethula inkulumo kwi SAFM wabuzwa ukuthi angathanda ukukhunjulwa kanjani? Waphendula wathi, ‘Njengomuntu ozamile ukuba nomthelela. Sazama.’ Uma ubheka udaba lwaleqhawe kusobala ukuthi uAhmed Kathrada kuningi akwenza kunokuzama. Baziwa kakhulu ngo ‘Uncle Kathy’, impokophelo yakhe yabonakala esemncane – eneminyaka eyi 12 waba … Read more

Durban Reveals its Liberation Heritage to MBA Class

Anthony Wilson-Prangley, a lecturer from the Gordon Institute of Business Science at Pretoria University recently brought two groups of learners through to Durban to experience our Liberation Heritage Route. Below is a recount of their visit as told from the perspective of Anthony: Here we are, in an area of Durban that I don’t know … Read more

Impi KaBhambatha

Ngesonto elidlule sibhale ngodaba lodonga oludala oluhlukanisa ijele – Durban Central Prison Boundary Wall. Kuleliviki sibheka olunye udonga nelinye ijele eAddingon Beach, ePoint kunodonga olwaziwa nge ‘Prisoner of War’ olwakhiwa ngamadoda ayeboshwe ngesikhathi sempi kaBhambatha ngo 1906. Iminyaka eyalandela i- Anglo-Boer War abaqashi esifundazweni seNatali babhekana nesikhathi esinzima sokuthola abantu ababezosebenza emapulazini ngenxa ngenxa yokwanda … Read more