USipho Gumede
USipho Gumede wazalwa zingu-17 Aphreli 1952. Wazalelwa endaweni yase Cator Manor kusayindawo yamaNdiya kuphela eThekwini. Waba nothando lomculo esangumfanyana edlala isiginci sokuzakhela kanye nomtshingo (penny whistle) nabangani bakhe. Basuswa endaweni yase Cator Manor nguhulumeni wobadlululo, eseminyaka engu-12 wayesehlala endaweni eyamakhaya ngaphandle kwaseMlazi. Ngesikhathi ehlala kulendawo wafunda okuningi ngomculo nangokwehlukana kwawo efunda emishandweni nasemingcwabeni. Wayechitha iskhathi … Read more