Indwangu Emhlophe Endlalwa Yizalukazi Ngosuku Lokuqala Intombi Iganile

Uma sibheka esikhathini sakudala kwakungumthetho ukuthi umuntu wesifazane ashade esayintombi ephelele. Ngibe nengxoxo noBaba Mbongwa oneminyaka angama 61 ohlala endaweni yase Nanda, eStop 8 kodwa ngokuzalwa usuka endaweni yaseBhulwa. Wafika eThekwini ngokuzosebenza waze wakha nomuzi. Lapha sibheka indaba yeshidi elimhlophe elalibekwa izalukazi uma intombi isiganile emzini ngosuku lokuqala ifikile. Njengoba kuwumthetho ukuthi uma izinkomo sezishayiwe … Read more