UCecil CJ ‘Roddy’ Ward

Ukukhulele eSiphingo Beach, uCJ noma u ‘Roddy’ Cecil Ward njengoba ayedume kanjalo, lwakhula uthando lwemvelo kuye kusukela esemncane. Kodwa-ke, i-ccology yayingaziwa nangegama ingasaphathwa eyisihloko sayo lapho iqala eNyuvesi ngo-1946. Kamuva e-University of Durban Westville, uRoddy waba yisibonelo salokho i-lecturer okufanele ibe yikho – ubuhlakani, isineke, umusa kanye nokuzimisela ngaso sonke isikhathi ukuhlanganyela isikhathi nobungoti bakhe … Read more