UCedric Nunn
UCedric Nunn wazalwa ngo-1957, umthwebuli wezithombe waseNingizimu Afrika owaziwa kakhulu ngomsebenzi wakhe wokukhombisa impilo yeNingizimu Afrika ngaphambi, nangemuva kwesikhatho sobandlululo. Waziswa ngumngani wakhe u-Peter McKenzie emkhakheni wezokuthwebula izithombe, owaba ngumfundi wokuqala omnyama ukwenza izifundo zokuthwebula izithombe e-Natal Technikon. Njengoba uCedric wayengenawo umatikuletsheni, wayengeke ekwazi ukufunda, wakwazi ukufunda, njengoba uPeter ayabelana naye ngamanothi ngokunyonyoba. UCedric Nunn … Read more