Izincazelo zamaphupho

Ngike ngahlala phansi nomalumekazi wami uNkk. Busi Ngema othandayo nokukhonzile ukuhlaziya amaphupho. Unginabisele kabanzi ngokuthi umuntu uke aphuphe ini noma kwenzekeni kuyena uma kuzoba khona isifo emndenini, kukhona omithi noma okhululelwe osondelene naye, kuzoba khona into enhle ezokwehlela umuntu noma lowo osondelene naye noma kuzokwenzeka ingozi. Omithi: Ngokuchaza kukamalumekazi, uma kukhona ozithwele emndenini, uphupha amanzi … Read more