Want to know more about your family surname or izithakazelo?
Look no further than Ulwazi where we have a whole category dedicated to it! This includes the History of the Khuzwayo surname, the History of the Shange Surname and the History of the Bhengu surname.
ngicela ukuhlobana kuka Mthiyane no sokhulu no dlabeya Ntshemba
okwesibili
Izithakazelo zakwa Thwala – nezihlobo
Ngisacela ukwazi isigodi sakwaMhlongo sikuphi? Nokuthi ukuze kube uMhlongo kwaku bani?
Ngicela izithakazelo zakwa Thwala
Ngicela umlando nezithakazelo zaka Magutshwa!
ngicela ningisiza ningitholele ukuhlobana phakathi kwabantu baka Chiliza nabaka Ndonga
Hi, cela ukwazi umlando nezithakazelo zakwa Hlekwayo!
Ngicela umlando wakwa MTHONTI inzala bantu ukhokho Sigananda
Mthonti othontisela izithombo ngegazi labafokazana; ulima amsaimu ngenhlendla;uhlakule ngesizenza wena omba amathuna ngesijula; uwagqibe ngesithende anani ngoba alele abafokazana ngalo kazidinwa ukubhokdoa izinhlangothi zabafokazana wena ophendula iklwa ulenze udodndolo lokuvinyelela; abanye bedondolozela ngezimboko ; Lamulaaaaa Sokhela ngempepho abanye bokhela ngezihlonti Mwelase ongawelezi ngazibulo owela ngempambosi zomfula; Mpangaziiithaaaa ka Ndlobane uzinyane le Silokazi; ucombela kwelayizoloumdaka ongomi usula udaka ngolunye; wena kasgawula mthunzi; tshani obuhle obuhle obungadliwa zinkomo yabudla sabona umswane ngamehlo, Slashwa ngovemvane wena kamagalela agoqane njenge ngonyama Ndlobane Magwaza ngobhokwane abanye begwaza ngemikhonto;ntamo kayidinwa iziqu zimhaqa emuva naphambili
Hey guys, we’ve added your requests to the list our community journalists are researching – stay tuned!
Ngcela ukwaz iythakazelo zakwa Mbuyisa
pliz lemme knw izithakazelo zakwa Luthuli..
Sanibona ! Ngicela ukubuza ukuthi sibongo sakwaLuthuli noMthuli kuseyisibongo esisodwa yin?
Ngicela kwazi imvelaphi yakwa nhlabathi ne sithakazelo sakhona
Hi.
Ngicela ukwazi more, ngamaPhephethe (Vilakazi)
Thanks in Advance
sawubona,
bengicela izithakazelo nemvelaphi yesibongo sakwa Nhlapho
Ngicela ukwazi izithakazelo nomlando wakwa Mbuyisa
Ngicela ningithumele izithakazelo zakwaMthonti kanye nezakwaTokwe please.
Ngiyabonga
Ngicela izithakazelo nemvelaphi zakwa Nhlapo
Hlekwayo, Gwabini, mphankomo
Ngicela izithakazelo zakwa nhlapo sgegede
Ngicela ukwazi izithakazelo zakwaMhlanga
bengisacela izithakazelo zakaThwala
Hi
I will send it to you all through email, I’ve got the Nhlapo’s book
0765646329
Mphankomo,gwabini,mfiswa,maqhama,mphuma kantobane,mbuyazi,nina besizwe sikaNtaba
Sawubuna bengicela izithakazelo nomlando wakwanhlapo
I’ve learned throughout history that we,the Nhlapo actually came from Natal, present day Kwazulu Natal.
We’re many of of us in Lesotho, ha Belo in Botha Bothe.
Amongst our ancestors, Mhlagakala (Mhlakala) features quite prominently as he never made it to Lesotho, and his grave can be traced in Mpizikazi Mpumalanga.
Kindly shed some some light as to where we should go in our effort to trace our ancestry.
Warmest regards,
Mohamed Nhlapo
(+266 50807765)
aziznhlapo@Gmail.com
sawubona,
bengicela izithakazelo nemvelaphi yesibongo sakwa Nhlapho
ngicela ukwazi izithakazelo zakwa Xaba
Aybo ngyakhala ngezakwa Thwala.. Cela ukzazi
I m now busy re-writing the book uNhlapo Nezakhe which was first written by Jacob Mfanekiswa Nhlapo
cell: 0727226635
Ngicela umlando wakwa thwala
Sanobona!
Ngicela ukuthunyelelwa izithakazelo zika Nhlapo.
ndicela ukwazi ngesibongo sakwanhlapho endikwaziyo ukuba ndingu nhlapho mankumbuza sigegede sakwa lokothwana mqalumde kezinye intaka……..
nazi ezinye esizitholile ukwengeza kulezo zakho
Sgegede
Abadl’ umhlehlo kadadewabo
Bath’ ibhadakazi
Abangaweli ngezingubo
Abawela ngesihlengethe
AbakwaLuvuno
Mvelase!
E Mbonane, E Mwelase, E Sigegede, E Nongombili
Izigegede zakwa –Mathole
Ezadla umka-dadewabo
Zathi kananyongo kanamhlehlo,
Umhlehlo ngu-Bhabhakazi.
”Mabekwa ngegazi”.
ungumanxeba aludwendwe njengomthimba
ezingaweli ngezibuko eziwela ngesihlengele somfula”
Wena Mlambo-a-Mavundla
Mveli ka Mavundla noMdlasomo
UMfutshane ungubo-zinyathelwayo
Ingane nezabade ziyanyathelwa
Kwabo-Mveli akuvalwa ngomvalo
Kuvalwa ngamakhand’amadoda.
Wena wakwa-Nonhlanhla;
Isiboshwa ngamagoda siwadabule;
Isihlahla sika-Mdlasomo
Babasigawula siwaqand’amazembe
Waya wazidla eDlomadlomo
KaNdlovukayisitheli.
Zaya zabuya naMagunya
NeziNtethe naManqoba
Anqoba iZinyathi zikaMswazi.
Esinye sezithakazelo zakwa Nhlapo
Hi
If u need something I will send it
Thanx
Amos
Hello ngicela ukwazi ngezithakazelo zakwa Xaba
12 Phezu Kwethuna lika-Mama.
Naku lapha ngimi khona
Naku lapha ngikhalayo
Naku lapha elele khona
U-Phahlakazi okaMdingi
U-Mdingi oka-Khabangobe,
U-Khabangobe oka-Maphanga.
Nxa ngiphezu kwethuna ….
Ngiphezu kwethuna lakho,
Ngikhumbula eyadlulayo
Eyakeyabakhon’imihla,
Nxa wabangumthi wethu,
Nxa wawusihlangu sethu.
Sokuphela nje, ntombi ka-Mdingi na?
Buphele nya ubuso bakhe na?
Lithule nya izwi lakho na?
Thina abakholwayo sithi: Hhai
Sobuye sibonane kwelizayo
Singasoze sibuye sehlukane.
Lala phahlakazi lala.
U-bakhulisil’abant’abakho,
Athi amaBhunu
Ozoyigwabula uyakuyizuz’indaba.
Wafika umtaka Ndaba wayigwabula,
AmaBhunu awethwala umlomo.
Bantu gijimani ngazo zonk’izindlela,
Niyotshela abantu,
Ukuthi uMagadlela
AnoMakhunga Nyathikazi-a-Mlambo,
Ukuthi umtaka Ndaba
Useyekele insangu notshwala,
Sowuqaphele ukubusa nokumangala
Ngokukhalela intandane
Zikayise ezasalenkambeni.
UMadabulimpi kabili
Wayinika iDzigwane
Wayinika iSibothwane
Kwabuya imikhonto
Kwabuya izibhamu;
Asazi izophela nini.
UZulu laduma emahlathini eGoda,
Laduma lawuphambanisa umbani,
Lamwalaza uSinandi
Lamyekelela ukwaliwa nokuvundana
Khula mtaka NaCindi
Uyindlandlama uyisiminya
Uyinkanyezi ethwasel’eMpumalanga.
Wena mpondo zamil’ekatini
Noma zazimile enkomeni
Kwakuya kuzwakala.
Wena ngqwabi zihamba amahonyahonyana.
Wena nkomo zabala umbala wonkana,
Ngoba zabala ubunkonekazi
Zabala ubuwasakazi
Zabala ubuhlophekazi
Zabala ubumpevukazi
Zabala ubunzimakazi.
Ngicela ukwazi ngemvelaphi yakwa Mayaba
Sawubona Robert
Sicela wenabe ngokuthi abakwaMayaba abakwabani? mhlawumbe singakwazi ukukusiza.
Cela ukwazi ngesakwa Mbonane
Ngi cela umlando Ga Hlanguza