Ukuzithanda nokuzilungisa

Impilo isishintshe kakhulu uma ubheka izindlela zokuzilungisa nokubukeka umuhle. Inqephu (fashion), ukulungisa ikhanda (hairstyle), ukugqobhoza (piercing), amatatto kanye nemakeup sekuwusiko mpilo olusemgangathweni esikhathini samanje. Sekuyimvela kancane ukubona umuntu ongakwenzile noma okukodwa kwalezi zinto emzimbeni wakhe. Ake sibheke ukubaluleka noma ukuba sesitayeleni kwalezi zindlela zokuzilungisa kakulukazi kubantu abasha.

Ezokuxhumana ikakhulukazi YouTube, Instagram, no Facebook ilapho intsha echitha khona isikhathi sayo kakhulu. Kulezi zinkundla zokuxhumana ilapho othola khona kukhangiswa kuzo impilo eheha abantu ikakhulu abasha. Uma ungafaki izikhophe imakeup, ungenayo itatto emzimbeni, ungagqobhozile ekhaleni noma amagwagwa ezindlebe (ear cartilage) sekwaba ifashini.

Ukulungiswa kwekhanda, ukugqobhoza, amatatto kanye nemakeup bekusetshenziswa njengophawu lobunikazi (identity) lokuzihlukanisa abantu ngamasiko abo. Esikhathini samanje lokhu sekuyimpilo yansuku zonke. Sizoke sizibheke kabanzi lezindlela zokuzilungisa.

Article Overview

Life has changed so much from the ways of the olden days. Hairstyle, makeup, tattoos and piercings have become increasingly popular and influenced by television and social media. These days, it is rare to find young people without any of these bodily enhancements.

Leave a Reply