INingizimu Afrika iyilizwe eligcwele abantu abahlukahlukene ngezinkolelo nangokwenza. Lokhu kuyinto abanye abayithakaselayo ngoba kwandisa amathuba okukhetha kubantu lokho okusuke kuhambisana nabo, nomuntu ngamunye.
Lokhu kubonakala kahle ebuningini bamasonto nezindawo zokukhonzela. Okwehluka ekwenzeni kwamasonto obuKrestu into ekungebukhuni ukuyibona yize izintshumeyelo nolokho okugquqguzelwayo kucishe kufane. Ubuningi bamasonto benza abantu bakwazi ukukhetha lelo iminjunju yabo.
Sifake nansi i-video phansi, eveza olunye uhlobo lokudumisa olutholakala kwelinye lamasonto aseNingizimu Afrika, i-African Gospel Church:
This works especially well in the area of religious practice and belief. While an overwhelming number of South Africans are Christians, the country’s social dynamics have dictated the development of varying religious practices within the Christian faith in South Africa.
Above is a video representation of how some South Africans practise worship in Christianity.