Iphasika Nokwehlukana Ngokwenkolo
Singabantu sikholelwa ezintweni eziningi ezehlukene ikakhulukazi uma kuza kwezenkolo namasiko. INingizimu Afrika yaziwa ngokuba isizwe esamukela noma esizigqanja ngokwehlukana kwmasiko. Kulesi sinqeshana sibheka kafushane ukuthi lisho ukuthini iphasika kubantu, amaZayoni, amaKrestu kanye namaNazaretha. Iningi labantu esifundazweni KwaZulu Natali singamelwe amazulu kanti iningi lawo elikholelwa emasikweni esintu. Yize izikhathi zishintsha nezindlela zokwenza ziguquka kepha baningi abasadla … Read more