Usuku lwentsha (Youth Day): Passionate For Future Legacy Services NPO

Unyaka nonyaka ngomhlaka-16 Jini kubungazwa amagalelo abafundi abalwa nesinqumo sikahalumeni wobandlululo esasiphoqa abafundi abamnyama ukuthi bafunde ulimu lwesiBhunu ngenkani ngesikhathi semfundo eyayibizwa ngokuthi iBantu Education. Lolusuku lubungazwa nje liningi igazi elachitheka lentsha emnyama ngonyaka ka-1975, ngoba phela babengaphezulu kwezinkulungwane ezingamashumi amabili endaweni yase Soweto. Kubikwa ukuthi bangaphezu kwamakhulu ayisikhombisa abaphangalala khona lapho bedutshulwa amaphoyisa obandlululo … Read more