Isicathamiya nentsha
Isicathamiya nguhlobo lo mculo ojulile ojwayele ukukhashwa wukunyakaza noma ukudansa ngendlela ehlelekile iqembu lezinsizwa. Ngokubika kwabasemlandweni, lo mculo waqala ukuduma ngeminyaka yo-1920 kuya ko-1930 lapho khona abantu abaningi besilisa babesuka ezindaweni zasemakhaya beya emadolobheni beya kosebenza. Umsuka wona walomculo kuthiwa umdala kakhulu kodwa kuneminyaka yo-1920 ngoba abalobi bomlando babika ukuthi umthelela wokwakheka kwesicathamiya ngamaZulu usuka … Read more