UMgiliji Nhleko

Maningi amaqhawe adlale indima enkulu ebukhosini bakwaZulu. Singasho nje ukuthi onke amakhosi abuse embusweni waseNdlunkulu KwaZulu ebephahlwa amaqhawe abethenjwa endlunkulu. Uma kukhulunywa ngokubusa kukaZulu emva kokuba sihanjelwe ubaba wethu isilo samabandla onke igama lobengumkhuzi wamabutho akwaZulu uMgiliji laziwa kakhulu.  Noma ebaziwa amagalelo akhe endlunkulu kodwa ube nedumela kakhulu ebukhosini kunazinxakanxaka kubangwa indaba yobukhosi emva koku … Read more